Isizathu sokuthi abantu besabe uNkulunkulu futhi baphile impilo elungile ngokwezimfundiso zikaNkulunkulu siwukuba nenjabulo yaphakade embusweni waphakade wezulu, uNkulunkulu awuthembisile.
Yingakho uMphostoli uPawula athi wayegijimela umgomo wokholo—insindiso yemiphefumulo.
Ukusiholela ensindisweni yemiphefumulo yethu, umgomo wokholo lwethu, uKhristu u-Ahnsahnghong weza kulo mhlaba okwesibili esenyameni, wabuyisela iPhasika lesivumelwano esisha, elachithwa ngo-AD 325.
Ngokulandela imfundiso yokuthi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu awukwazi ukuhlala ngaphakathi kwethu ngaphandle kwePhasika, amalungu eBandla likaNkulunkulu emhlabeni wonke agcina iPhasika lingcwele.
[U]kuze ubuqotho bokukholwa kwenu, okuyigugu kunegolide elibhubhayo noma livivinywa ngomlilo, kufunyanwe kube ngukubongwa, udumo, nokutuseka mhla kwembulwa uJesu Khristu, . . . namukela umphumela wokukholwa kwenu oyinsindiso yemiphefumulo. 1 KaPhethro 1:7–9
Yilobu ubufakazi ukuthi uNkulunkulu usiphile ukuphila okuphakade, nalokhu kuphila kuseNdodaneni yakhe. 1 KaJohane 5:11
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha