IBhayibheli liphrofetha ukuthi iJerusalema lasemhlabeni lasungulwa nguNkulunkulu njengesithunzi sokusambulela iqiniso, iJerusalema elingokomoya, uMama waseZulwini.
Ngakho-ke, ngemuva kokubaluleka abantu abaningi abakubeka ohambweni lokuya eJerusalema kusho ukuthi kumele size eJerusalema, uNkulunkulu uMama.
Abaprofethi abaningi baphrofethe ukuthi insindiso iza ngokubuyela eJerusalema uMama, uKhristu u-Ahnsahnghong naye wathi, “Ngilandela uMama.”
Ngakho-ke, uma uwafundile futhi wezwa la mazwi, kumele uze kuNkulunkulu uMama ngokwalezi zimfundiso ukuze ubusiswe nguNkulunkulu.
Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile, lingumama wethu.
KwabaseGalathiya 4:26
UMoya nomakoti bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!”
Nowomileyo makeze; othandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle.
ISambulo 22:17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha