UJesu oweza emhlabeni okokuqala ngokuvumelana nesiprofetho sobukhosi sikaDavide, wabhapathizwa eneminyaka engamashumi amathathu, washumayela iVangeli iminyaka emithathu. UKristu uAhnsahnghong, owafika okwesibili njengo-Davide ngokomoya, naye wabhapathizwa eseneminyaka engamashumi amathathu, washumayela iVangeli iminyaka engamashumi amathathu nesikhombisa esele, egcwalisa isiprofetho seminyaka engamashumi nane.
UJesu Kristu waprofetha ukuthi iNdodana Yomuntu iyakufika okwesibili lapho umkhiwane usuvuselelwe, okungukuthi, lapho i–Israyeli ithola inkululeko yokuzimela ngo–1948. Lo oweza lapha emhlabeni okwesibili njengoDavide ngokomoya ngokwesiprofetho, wabuyisela imikhosi yokuphila le eyabhijiswa efana neSabatha, iPhasika, njll futhi ehola isintu kwinsindiso nguKristu uAhnsahnghong.
Ibandla elikholelwa kuKristu uAhnsahnghong oweza njengoDavide kanye noMama waseZulwini, uKristu uAhnsahnghong afakaze ngaye yena ngoKwakhe, Inhlangano Yomsebenzi Wezwe Isonto likaNkulunkulu.
kepha bazokhonze uJehova uNkulunkulu wabo,
noDavide inkosi yabo engiyakubavusela yena. UJeremiya 30:9
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha