Umphostoli uJohane waprofetha ukuthi amanzi okuphila asindisa isintu angatholwa kuphela kuMoya nakuMakoti.
Singakwazi ukwazi ukuthi uMoya kanye noMakoti bangobani ngokuhlola amazwi eBhayibheli;
UNkulunkulu wadala owesilisa nowesifazane ngomfanekiso kaNkulunkulu futhi iJerusalema eliphezulu linguMama wethu njengoba kulotshiwe encwadini yabaseGalathiya.
BanguBaba uKristu Ahnsahnghong, oweza njengoMoya, noNkulunkulu uMama.
I-World Mission Society Church of God yilapho uNkulunkulu uBaba kanye noNkulunkulu uMama bebiza isintu ukuba size ukuzokwamukela ukuthethelelwa kwezono, ukuphila okuphakade, kanye nensindiso.
Isizathu esenza ibandla lisebenzise iziqu ezithi “Baba”, “Mama”, “Mfowethu” nesithi “Dadewethu” kungenxa yokuthi sonke isintu siyilungu lomkhaya wasezulwini.
UNkulunkulu unguBaba wethu noMama wethu.
UMoya nomakoti bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!” Nowomileyo makeze; othandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle.
IsAmbulo 22:17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha