Njengoba abantu manje bephila ezweni eligcwele ubuhlungu, ukuhlupheka, nosizi, uNkulunkulu ufuna ukusinika umbuso wezulu lapho kungasekho khona ukufa, ubuhlungu, noma usizi, kodwa injabulo yaphakade, nentokozo kuyachichima—lokhu yisu likaNkulunkulu.
UNkulunkulu wasungula isivumelwano esisha ukuze anikeze abantu umbuso waphakade wezulu njengefa.
Imfihlo yokubeka izibusiso embusweni wezulu ukugcina imikhosi efana neSabatha nePhasika ngokulandela uKhristu u-Ahnsahnghong, ofike njengoMxhumanisi wesivumelwano esisha, noNkulunkulu uMama, owuqobo lwesivumelwano esisha.
USimakade Wamabandla ufunge wathi: “Impela njengoba ngihlosile kuyokuba kanjalo,
nanjengoba ngihlelile kuyokuma kanjalo.
U-Izaya 14:24
Uyakuzesula zonke izinyembezi emehlweni abo. Ukufa akusayukuba khona;
ukudabuka, ukukhala, nobuhlungu akusayukuba khona, ngokuba okokuqala kudlulile.”
ISambulo 21:4
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha