Wonke amabandla avumelana ngokubiza uNkulunkulu ngokuthi “uBaba” kungakhathaliseki ukuthi iliphi ihlelo lawo.
Kuwo wonke umlando, abantu kade bekhonza futhi bekholelwa kuNkulunkulu oyedwa kuphela, uNkulunkulu uBaba, kodwa iBhayibheli lisifundisa ngokuphindaphindiwe ukuthi ukuze abantu bathole ukuphila futhi bangene embusweni waphakade wezulu, ukuba khona kukaNkulunkulu uMama kubalulekile.
UNkulunkulu wadala izinhlanzi zolwandle, izilwane zomhlaba, izinyoni zezulu, izwe lezitshalo, ngisho nabantu ukuba bathole ukuphila ngomama, ehlose ukuba sibone uNkulunkulu uMama onika ukuphila ngokuqondisa zonke izinto.
“Ufanele Wena Nkosi noNkulunkulu wethu
ukwemukela inkazimulo nodumo namandla,
ngokuba wadala izinto zonke, futhi zonke zikhona,
zadalwa, ngokuthanda kwakho.”
ISambulo 4:11
UNkulunkulu wamdala umuntu waba
ngumfanekiso wakhe, wamenza ukuba afuze Yena,
wabadala owesilisa nowesifazane,
IGenesisi 1:27
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha