IBhayibheli lifakaza ngoNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama ngo-Adamu no-Eva.
Njengoba nje u-Eva ebizwa ngokuthi “unina wabo bonke abaphilayo,” wanika abantu ukuphila ngokomzimba, noNkulunkulu uMama weza kulo mhlaba ukuzonika abantu ukuphila okuphakade.
UNkulunkulu wathi, “Masenze abantu babe ngumfanekiso wethu, . . .” futhi wadala owesilisa nowesifazane, wasebenzisa ibizo elithi “Elohim” [oNkulunkulu] izikhathi ezingaphezu kwezi-2,500 eBhayibhelini.
Ngaphezu kwalokho, wafakaza ukuthi uNkulunkulu uMama ukhona, onika abantu ukuphila okuphakade ngelungiselelo lakhe lokudala zonke izinto ukuze zithole ukuphila ngomama kuphela.
UNkulunkulu wayesethi: “Masenze abantu
babe ngumfanekiso wethu, basifuze, . . .”
UNkulunkulu wamdala umuntu waba ngumfanekiso wakhe,
wamenza ukuba afuze Yena, wabadala owesilisa nowesifazane,
IGenesisi 1:26–27
Indoda yamqamba umkayo ngokuthi ngu-Eva,
ngokuba waba ngunina wabo bonke abaphilayo.
IGenesisi 3:20
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha