Nakuba kufakazwa kulo lonke iBhayibheli, abanye abantu bayehluleka ukukholelwa kuNkulunkulu uBaba nakuNkulunkulu uMama, futhi nakuba bebiza uNkulunkulu ngokuthi “Baba,” abaligcini iPhasika lesivumelwano esisha, okuyindlela yokuthola ifa lenyama kanye negazi likaNkulunkulu.
Abantu abanjalo bayogcina behlukanisiwe noNkulunkulu.
UNkulunkulu wathi, “Ngiyoba nguBaba kini, nina niyoba abantwana bami,” futhi ngalezi ziqu zomndeni, wasikhanyisela ukuthi abantu bawumndeni wasezulwini ongokomoya.
Ngakho-ke, amalungu eBandla likaNkulunkulu, njengomndeni wasezulwini, bakholelwa kuNkulunkulu uBaba nakuNkulunkulu uMama, futhi bahamba indlela yokholo, bethandana njengabafowethu nodadewethu.
Ngakho-ke: . . . khona ngiyakunamukela,
ngibe nguYihlo, nina nibe ngamadodana, namadodakazi ami,” kusho iNkosi uSomandla.
2 KwabaseKhorinte 6:17–18
Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile, lingumama wethu.
KwabaseGalathiya 4:26
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha