Uma wonke umuntu esezelwe, kumele abhekane nokufa bese benikwa ukuphila emva kwalolo suku.
UNkulunkulu wahlulela labo abayohlupheka esihogweni nalabo abazothola inkazimulo ezulwini,
ngokusekelwe ekutheni baphila ngokwentando kaNkulunkulu yini noma cha kulo mhlaba.
IBhayibheli, kusukela kwiGenesisi kuya kwiSambulo,
lifakaza ngoNkulunkulu uMama, futhi naseBhayibhelini lokuqala lesiHebheru,
libhalwe ngokuthi “oNkulunkulu [u-Elohim].”
Ngakho-ke, ngokulandela zonke izimfundiso zeBhayibheli nentando kaNkulunkulu,
amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa kuNkulunkulu u-Elohim.
Njengokuba futhi kumisiwe
ukuba abantu bafe kanye,
emva kwalokho kube ngukwehlulelwa, . . .
KumaHebheru 9:27
“Akusibo bonke abathi kimi: ‘Nkosi, Nkosi,’
abayakungena embusweni wezulu,
kodwa kuphela yilowo owenza
intando kaBaba osezulwini.
NgokukaMathewu 7:21
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha