Uma sithandaza kuNkulunkulu, sicela izinto zezwe, ebese uNkulunkulu esinikeza impendulo ehlukile kunalokho esikulindele, singase sithi, “UNkulunkulu akayiphenduli imithandazo yami.”
Nokho, akulona iqiniso.
Kufanele sazi ukuthi kuyindlela kaNkulunkulu yothando ukuze asinikeze isibusiso sombuso wezulu ozuzisa imiphefumulo yethu.
Uthando lukamama owazinikela ukuze asindise umntwana ngosuku olubandayo lwasebusika ngoJanuwari ka-1951, lusenza sicabange ngokuzinikela kwaBazali bethu bokomoya, uKhristu Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama.
Bazidela ukuze basuse izono zabantu, banikeze nabantu umbuso waphakade wezulu.
Bathandekayo, kumele sithandane, ngokuba uthando luvela kuNkulunkulu; bonke abanothando bazelwe nguNkulunkulu, futhi bayamazi uNkulunkulu.
Ongathandiyo akamazi uNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu uluthando.
1 kaJohane 4:7-8
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha