IBandla likaNkulunkulu, elikhonza uNkulunkulu, linemithetho yokusebenzela uNkulunkulu.
UNkulunkulu wathi zonke izimiso zesivumelwano esisha, njengosuku lweSabatha nePhasika, ziwuphawu olubalulekile lokungena embusweni kaNkulunkulu.
Ethempelini likaNkulunkulu leqiniso, izimiso zikaNkulunkulu kumelwe zigcinwe.
UJesu wathi Yena nabangcwele ‘babeyithempeli likaNkulunkulu.
Ngalokhu, Wasibonisa ukuthi thina, ithempeli likaNkulunkulu, kufanele sigcine imithetho kaNkulunkulu.
Anazi yini ukuthi niyithempeli likaNkulunkulu nokuthi uMoya kaNkulunkulu uhlala kini na? Uma umuntu echitha ithempeli likaNkulunkulu, uNkulunkulu uyakumchitha yena, ngokuba ithempeli likaNkulunkulu lingcwele; niyilo-ke nina.
1 Korinte 3:16-17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha