Ngisho noma isoni sikhohlwa isono saso futhi siphila impilo entsha, isono saso asisuki.
Abantu bayiziboshwa ezingagwetshiwe ezona ezulwini futhi zilindele isahlulelo seZulu noma seSihogo. Emva kwethuba lokugcina lokuphenduka kulo mhlaba ngomthetho wesivumelwano esisha, kumele bame phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaNkulunkulu, ebese bazonikezwa isahlulelo sokugcina ngezono zabo.
Umthetho wesivumelwano esisha uqukethe isithembiso sokususa zonke izono zethu neziphambeko zethu.
UJesu wahlupheka esiphambanweni ukuze asuse izono ezimbi zezoni zomoya. UKristu Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama babuyisela umthetho wesivumelwano esisha oqukethe lo musa wokuhlenga. Njengoba uJesu enza, bamemeza ngobuqotho bathi, “Phendukani” futhi baholela abantu eMbusweni weZulu.
Futhi njengalokhu kumiselwe abantu ukuba bafe kanye, emva kwalokhu ukwahlulelwa, ...
KumaHeberu 9:27
Ukufa neHayidese kwaphonswa echibini lomlilo. Lokhu kungukufa kwesibili, ichibi lomlilo. Uma ekhona ongafunyaniswanga elotshiwe encwadini yokuphila, waphonswa echibini lomlilo.
IsAmbulo 20:14–15
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha