UNkulunkulu waphathisa iVangeli loMbuso kulabo
Abavumile, ethi, “Yibani ofakazi Bami.
Ibani abasebenzi beSivumelwano Esisha.”
UNkulunkulu wabathembisa isibusiso sokuthola loMbuso
weZulu, lesi izindlalifa zikaNkulunkulu ezingasithola.
Njengoba uGidiyoni wazuza ukunqoba empini ngesikhathi ephula izitsha
wembula ukukhanya, umsebenzi omangalisayo woMoya oNgcwele
njengo kushumayela kweBandla lokuqala, uyokwenzeka nakulesi sikhathi samanje futhi,
uma sibonisa inkazimulo yeJerusalema uMama waseZulwini
ngokusebenzisa ukukhanya kweqiniso leSivumelwano Esisha.
Njengoba singasoze size ensindisweni
ngemiyalo yabantu,
kodwa kuphela ngeVangeli likaNkulunkulu,
iBandla likaNkulunkulu ligcina imiyalo kaNkulunkulu,
ezabuyiselwa nguKristu uAhnsahnghong,
futhi lenza ngokugcwele ukuthunywa bofakazi bakaNkulunkulu.
Wayesethi kubo: “Hambani niye ezweni lonke, nishumayele ivangeli kukho konke okudaliweyo.
Okholwayo abhapathizwe uyakusindiswa, kepha ongakholwayo uyakulahlwa. Marku 16:15–16
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha