Njengoba inkosi yatshela izinceku ukuba zenze ibhizinisi ngamathalente atholwe kumfanekiso Wamathalente kuMathewu 25, kumele sishumayele ngenkuthalo ivangeli lesivumelwano esisha, esilithole kuNkulunkulu, emhlabeni wonke.
Ngokungafani nomuntu owathola ithalente elilodwa walingcwaba emhlabathini, uma silahla konke ukungabaza nokunqikaza, ebese sishumayela ivangeli ngamehlo okholo, singakwazi ukuzwa izimangaliso zikaNkulunkulu.
Njengoba abaphostoli babeshumayela nsuku zonke ukuthi uJesu unguKhristu ngamandla kaMoya oNgcwele, kumele bashumayele ngenkuthalo insindiso kaKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama emhlabeni wonke, bekholelwa kwisithembiso sikaNkulunkulu sokunikeza uMoya oNgcwele, onamandla aphindwe kasikhombisa kunalawo wangenkathi yokufika kwakhe kokuqala, enkathini kaMoya oNgcwele.
UPhethro wayesethi: “Phendukani, kube yilowo nalowo ababhabhadiswe egameni likaJesu Khristu, kube ngukuthethelelwa kwezono zenu, khona niyakwemukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele. . . .
Zisindiseni kulesi sizukulwane esonakeleyo.”
Ngakho-ke abalamukelayo izwi lakhe babhabhadiswa, kwanezelelwa ngalolo suku abantu okungathi bayizi-3 000.
IZenzo 2:38–41
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha