Namuhla, abantu abaningi emhlabeni wonke
bakhonza uNkulunkulu ngeSonto.
Kodwa usuku uNkulunkulu alubusisa,
nasiyala ukuba silukhumbule ngokuligcwelisa
wusuku lweSabatha (uMgqibelo).
UMbuso weZulu awusiyo indawo
abantu abangaya kuyo ngokukholelwa
kuNkulunkulu nokuya esontweni. Yilabo kuphela
abagcina usuku lweSabatha oluwuphawu
uNkulunkulu alunikeze abantu bakhe abangakwazi ukungena
eMbusweni weZulu.
Njengoba abanqobi abadumile, abezombangazwe,
nabantu abacebile bafa, bonke abantu bayafa ebese
bechitha iphakade ezulwini noma esihogweni.
Uma sesikubona lokhu, kufanele silandele
indlela eya eMbusweni weZulu uKristu
Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama
abasifundise yona, okungukuthi, usuku lweSabatha
eBhayibhelini.
“Khumbula usuku lwesabatha,
ulungcwelise. Izinsuku eziyisithupha uyakusebenza, uwenze
wonke umsebenzi wakho; kepha usuku lwesikhombisa luyisabatha
likaJehova uNkulunkulu wakho; ... ngalokho
uJehova walubusisa usuku lwesabatha,
walungcwelisa.”
U-Eksodusi 20:8-11
“Asibo bonke abashoyo kimi ukuthi: ‘Nkosi,
Nkosi,’ abayakungena embusweni wezulu,
kuphela owenza intando kaBaba
osezulwini.”
NgokukaMathewu 7:21
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha