Zonke izinto emhlabeni zakhiwe futhi ziholwa nguNkulunkulu ngokwentando Yakhe.
Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili edlule, uJesu wabuza, “Niyakholwa yini ukuthi ngingakwenza lokhu na?” emva kokubona ukholo lwabantu ababili abayizimpumputhe, Wavula amehlo abo ayizimpumputhe.
Kuyo yonke imisebenzi yevangeli, into ebaluleke kakhulu ukholo kuNkulunkulu.
Namuhla, umhlaba wonke ukhonza futhi udumisa uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama ngoba uNkulunkulu ugcwalise konke, njengoba kushiwo, “Ivangeli lizoshunyayelwa emhlabeni wonke,” nabangcwele abamukela uMoya oNgcwele ngoMkhosi Wamadokodo bayawakholwa futhi bayawenza lawo mazwi.
Ngenkathi uJesu edlula lapho, walandelwa yizimpumputhe ezimbili ezazimemeza zithi: “Ndodana kaDavide, sihawukele!”
. . . UJesu wathi kuzo: “Niyakholwa yini ukuthi ngingakwenza lokhu na?” Zathi kuye: “Yebo, Nkosi.”
Wayesethinta amehlo azo, wathi: “Makwenzeke kini njengokukholwa kwenu.” Ayesevuleka amehlo azo. . . .
NgokukaMathewu 9:27–30
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha