Iqiniso lokuthi uNkulunkulu akazange athumele ingelosi esikhundleni Sakhe, kodwa weza kulo mhlaba uqobo Lwakhe ukuba abe ngumnikelo womhlatshelo, wabekezelela zonke izinhlupheko nobuhlungu okwakufanele sidlule kukho, libonisa ngokusobala ukuthi uNkulunkulu ubakhathalela futhi ubathanda kangakanani abantu.
IZiyoni yindawo lapho ukubonga nethemba lezulu kuchichima khona esivumelwaneni esisha.
Njengoba uBaba u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, kanye nabafowethu nodadewethu, bendawonye eZiyoni, amalungu eBandla likaNkulunkulu anqoba zonke izinkathazo zomhlaba ngenjabulo.
Bathandekayo, kumele sithandane, ngokuba uthando luvela kuNkulunkulu; bonke abanothando bazelwe nguNkulunkulu, futhi bayamazi uNkulunkulu.
Ongathandiyo akamazi uNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu uluthando.
[1 KaJohane 4:7–8]
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha