Izinhlanzi eziphilayo zinqoba ubunzima ngokubhukuda zenyuke. Ngendlela efanayo, kufanele sithole isizathu sokubonga ngisho nasendaweni enzima, futhi sinike uNkulunkulu udumo ngokusivumela ukuba siye eMbusweni weZulu lapho kungekho buhlungu khona.
UKhristu Ahnsahnghong ufike kuleli zwe lokuhlupheka ukuze afundise abantu indlela yokwamukela ukuthethelelwa kwezono, nokuphila okuphakade nokuya eZulwini. Kufanele siwubone umusa kaKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, sinqobe izinhlupheko zethu nobunzima bethu ngokubonga.
Qaphelani ukuba kungabikho ophindisela omunye okubi ngokubi; kepha jongani njalo ukwenza okuhle, omunye komunye nakubo bonke. Thokozani njalo; khulekani ningaphezi; kukho konke bongani… 1 kwabaseThesalonika 5:15-18
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha