Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili edlule, uJesu wafika wasungula iZiyoni ngokwesiphrofetho. Kodwa-ke, phakathi neminyaka Yobumnyama, imikhosi yesivumelwano esisha efana nosuku lweSabatha nePhasika, konke kwanyamalala. Esikhundleni salokho, imiyalo yabantu efana noKhisimusi noSuku Lokubonga yanda kakhulu ebandleni.
IBhayibheli laprofetha ukuthi uNkulunkulu uzofika ezokwakha kabusha iZiyoni ukuze kusindiswe isintu. UKhristu Ahnsahnghong wasungula Ibandla likaNkulunkulu, lapho kugujwa khona imikhosi kaNkulunkulu, ngaleyo ndlela wagcwalisa zonke iziphrofetho.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha