IBhayibheli, Incwadi Ekhethekile Yokufundisa Abantwana Basezulwini Uthando yimfundiso ebaluleke kakhulu uNkulunkulu ayigcizelela kubantu. Njengoba izikhulu zathola imfundo ekhethekile ngezincwadi ezihlukile kwabantu abajwayelekile esikhathini esidlule, kanjalo nabantwana basezulwini, abayizindlalifa zikaNkulunkulu, kumele bafundiswe ngeZwi likaNkulunkulu ngencwadi ekhethekile, iBhayibheli.
“Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu ilungele ukufundisa, nokusola, nokuqondisa, nokuyala ekulungeni,” 2 kuThimothewu 3:16
Uthando LukaNkulunkulu uMama Olufihliwe EBhayibhelini Okubaluleke kakhulu eBhayibhelini uthando lukaNkulunkulu, okungukuthi uthando lukaMama. Ngakho-ke, uma sengeza noma sisusa ngisho into eyodwa eBhayibhelini, asikwazi ukuba nelungelo lokudla ifa lombuso wezulu.
Uma sibheka iBhayibheli esilinikwe uNkulunkulu ngamehlo othando, siyokwazi ukubona uthando nentando engcwele kaNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha