UNkulunkulu wasungula imithetho nemiyalo Yakhe ukuze abusise abantu.
Kepha, udeveli wahlwanyela ukhula ukuze avimbe abantu ekutholeni izibusiso, nasekungeneni embusweni wezulu, okuphawuleka kakhulu phakathi kwawo inkonzo yangeSonto—umyalo womuntu nokungabi namthetho.
Inkonzo yangeSonto, njengoba igcinwa amabandla amaningi namuhla, akuwona umyalo kaNkulunkulu.
UNkulunkulu wasiyala ukuba “Khumbula usuku lweSabatha ngokulungcwelisa” njengomyalo wesine eMiyalweni Eyishumi, futhi uJesu wagcina usuku lweSabatha njengenjwayelo Yakhe ukuze enzele abantu isibonelo.
Ngakho-ke, amalungu eBandla likaNkulunkulu emhlabeni wonke agcina inkonzo engcwele ngoMgqibelo, usuku lweSabatha.
Khumbula usuku lwesabatha, ulungcwelise. I-Eksodusi 20:8
“Akusibo bonke abathi kimi: ‘Nkosi, Nkosi,’ abayakungena embusweni wezulu, kodwa kuphela yilowo owenza intando kaBaba osezulwini. NgokukaMathewu 7:21
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha