Bonke abaprofethi abanjengoDavide, u-Isaya, uMika, noJohane bamqonda kahle uNkulunkulu futhi baprofetha ukuthi uNkulunkulu wayezonikeza abantu bakhe insindiso eSiyoni lapho kugujwa khona imikhosi kaNkulunkulu. Bafakaza ukuthi labo abahlala eSiyoni babusisiwe njengoba ukuthethelelwa kwezono nokuphila okuphakade kuqinisekisiwe.
Kufanele bathole iBandla likaNkulunkulu ukuze baye eSiyoni lapho kuhlala khona uNkulunkulu. Bonke abantu kufanele bahlangane noKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama eBandleni likaNkulunkulu, bafunde izimfundiso zikaNkulunkulu ukuze sishumayele ivangeli loMbuso ngomqondo nangokholo olulungile.
Kepha bheka iSiyoni, umuzi wemikhosi yethu; amehlo akho mawabuke iJerusalema, indlu yokuthula, ... Kunalokho uJehova uyakuba nathi.
U-Isaya 33:20–21
Inyanga ekhazimulayo isiyakuyangaza, nelanga elinkemuzelayo liyakujabha, ngokuba uJehova Sebawoti uyakuba yinkosi entabeni yaseSiyoni naseJerusalema, abe yinkazimulo phambi kwamalunga akhe.
U-Isaya 24:23
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha