"Isidlo Sokugcina" ngumsebenzi wobuciko owaziwa kakhulu kubantu emhlabeni jikelele. UJesu wayekulangazelela ukugcina iPhasika lesivumelwano esisha. Kuphela ngaleli qiniso, singakwazi ukuholwa nguNkulunkulu ngendlela efanele ukuze sihambe endleleni eholela ezulwini.
IPhasika ngumkhosi uJosiya, uHezekiya, noJoshuwa bonke abanconywa ngokuwugubha. Lo mkhosi wokuphila wabalethela izibusiso eziningi kanye nokunqoba ezimpini.
Esikhathini sikaMoya oNgcwele, Abantu singathola ukuphila kanye nesithembiso sezulu lapho sigubha iPhasika ngokwesibonelo kuKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama.
“Ngokuba ngininikile isibonelo ukuba nenze nani njengokuba ngenzile kini.” Johane 13:15
“Wayesethi kubo: “Nginxanele nokunxanela ukudla nani leli phasika ngingakahlupheki.” Luka 22:15
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha