UMoya oNgcwele wemvula yakuqala wanikezwa labo abemukela uNkulunkulu oze enyameni ngesikhathi seNdodana. Ngokufanayo, uMoya oNgcwele wemvula yamuva unikezwa labo abamamukelayo uNkulunkulu u–Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama, abaze enyameni ngesikhathi sikaMoya oNgcwele, futhi nabazuza ifa lenyama negazi likaNkulunkulu ngePhasika lesivumelwano esisha.
Ngenkathi uNkulunkulu edala amazulu nomhlaba, wazibiza ngokuthi "masenze." UNkulunkulu wasifundisa ngobudlelwane phakathi kwesithunzi neqiniso laso, ukuthi sinomndeni eZulwini njengoba nje sinomndeni lapha emhlabeni. Ezinganeni ezabona insindiso kaNkulunkulu uBaba nekaNkulunkulu uMama, uNkulunkulu waphinde wanikeza umsebenzi obusisiwe wokusindisa umhlaba ngoMoya oNgcwele uNkulunkulu abanikeze wona.
UNkulunkulu wathi: “Masenze abantu ngomfanekiso wethu, basifuze…” UNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe; wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane.
UGenesise 1:26–27
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha